Ndwandwe ZwideNxumalo
Zulu
👁 0 views
Contributed by Sfiso
Mkhatshwa, Ndwandwe omuhle ka Langa ka Xaba. Zwide ka Langa, Nxumalo, Mnguni wase Gudunkomo. Nkabanhle zombili ngokulandelana. Concosakazi. Nomahlanjana ka Zwide. Nina bakwa Nongoma. Sikhunyana ka Zwide. Nine enabusa izizwe zayifakazela phansi ko Xaba. Nina nodwa enahlula u Khumalo empini. Mthiyane omuhle owafakazela ubuntu bakhe kwa Mnguni. Nguni elihle lase Gudunkomo. Mkhatshwa, bathi bekhatshwa...
↓ Read full praise
Mkhatshwa, Ndwandwe omuhle ka Langa ka Xaba. Zwide ka Langa, Nxumalo, Mnguni wase Gudunkomo. Nkabanhle zombili ngokulandelana. Concosakazi. Nomahlanjana ka Zwide. Nina bakwa Nongoma. Sikhunyana ka Zwide. Nine enabusa izizwe zayifakazela phansi ko Xaba. Nina nodwa enahlula u Khumalo empini. Mthiyane omuhle owafakazela ubuntu bakhe kwa Mnguni. Nguni elihle lase Gudunkomo. Mkhatshwa, bathi bekhatshwa ngezinde, wena ube ukhatshwa ngezimagqukumezana. Nina bakwankokhelabantu. Nina omasheshafike ku Mashobane, u Nozinyanga engakafiki. Nina bakwa Nobhongoza. Mnguni ongafi ngomkhonto, nogwaza bengahlonyulwa. Sandla sivikumkhonto njengehawu, kuze kukhalindoda namadojeyana, 'Kade ungigwaza Ndwandwe sengifile'. Bhele, bikane, Mahlangabeza, Skhubane, Chintsa, Sqhwala sinamathole. Nothandukuphakanyiswa. Mavunywanazigusha. Ntshangase, Ndabezitha, Zwide. Wena odla bathole abafokazi nabafokazana. Nkasankasa luka Ntombazi. Somaphunga. Sdinana so Maphisi, abaphiswizindaba. Nonkokhelabantu bahlatshwe njengezinkomo. Mdwayi ka Noshezi. Sandla simnene. Nkomo kayihlatshwa, uyothi ungayihlaba yophe amasi njengombelebhele. Wena wase Zikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto ka Zulu
↑ Show less
Tsonga
👁 0 views
Contributed by Marcelino Nxumalo

Join Wakahina to comment and connect with your clan.
Sign in to comment · Create an account