Lobengula kaMzilikazi Mzilikazi kaMashobana Shobana noGasa kaZikode Zikode kaMkhatshwa Okhatshwe ngezind' izinyawo nangezimfushanyana UMkhatshwa wawoZimangele uNyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas' entabeni kwadliwa ilanga lishona BaNtungw' abancwaba Zindlovu ezibantu Zindlovu ezimacocombela Nin' abakwaMawela owawel' iZambezi ngezikhali Nin' abakwaNkomo zavul' inqaba Zavul' inqaba ngezi...
↓ Read full praise
Lobengula kaMzilikazi Mzilikazi kaMashobana Shobana noGasa kaZikode Zikode kaMkhatshwa Okhatshwe ngezind' izinyawo nangezimfushanyana UMkhatshwa wawoZimangele uNyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas' entabeni kwadliwa ilanga lishona BaNtungw' abancwaba Zindlovu ezibantu Zindlovu ezimacocombela Nin' abakwaMawela owawel' iZambezi ngezikhali Nin' abakwaNkomo zavul' inqaba Zavul' inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba Nin' enalukudl' umlenze kwaBulawayo Mantungwa Aluhlaza Mantungwa Amahle Bantwana benkosi Nin' abakwaNtokela Inkubele abayihlabe ngamanxeba Abamkhule ngezinyawo ezimfishanyana nezimaqhukulwana Inyang' abathe beth' ifil' uZulu kanti isiyetheswe Yetheswe ngoNyakana kaMpeyana uBando abalubande balushiy' uZulu uNtshwintshwintshwi kaNoyanda noNdaba uNkone evele ngobus' emdibini Maqhaw' amakhulu Ndabezitha
↑ Show less
Zulu
👁 0 views
Contributed by zinhle mndaweni

Join Wakahina to comment and connect with your clan.
Sign in to comment · Create an account