Clan Praise
Mntungwa,mbulazi,mzilikaz ka mashobana,duba ndlela.izindlov' ezihle ezidla bantu ziba yenga ngendaaba.amabulala mbiza,abulala umgegedlanaathi "yeyeni siwubulele umgegedlana"
Khumalo! Mntungwa, Mbulazi Omnyama, Nina KaBhej` ese Ngome, Nin` enadlu muntu nimyenga ngendaba, Nine nadla umuntu nimyenga ngendaba, Nin`enadla izimfe zimbili ikhambi laphuma lilinye, Lobengula ka Mzilikazi, Mzilikazi ka Mashobanana, Shobana no Gasa ka Zikode, Zikode kaMkhatshwa, okhatshwe ngezind izinyawo nangezimfushanyana, Umkhatshwa wawo Zimangele, Unyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas e...
↓ Read full praise
Ndaba, Yisongo, Gumede, Vezi, shwili sika Malandisa. Lwandle aluwelwa, liwelwa zinkonjane ngoba zona ziphapha phezulu. Bathi bayayi vuma, beyivuma ngo nyezi. Nina bakwa Mhlamazane omuhle nenhlokwane yakhe, Nina abakwa nkasa eyakhasa phantsi okwe skhonyane, nina ena bhoboza olwandle olungena ndlena, nina abakwa lihwaqana enadla amahhashi abelungu, nina abakwa mnqamula nkungu kuvel’ langa. Nina enaphuza amanzi anduba ukwela umtaka Jama, ewaphuza ewageza elibhekisa kwela kithi ka Zulu, Ndaba.
Which Khumalo are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Join Wakahina to comment and connect with your clan.
Sign in to comment · Create an account