godonga
Zulu
👁 0 views
Contributed by QOBOLWAMI SIBINDI
Nanzi izithakazelelo zakwethu ESibindi, eGodonga eMsundulomunye, Bengwani, Mtungwa weZembe Mbuduma kaMasoka kaManala, Wen' owasok' Amadod' elibele ethi awuyikusoka, Kant' usoke ngokampeyana. Ncagu ncagu ngokomzimba Kant' uDumo lwakhe lukhulu, Luzwakel' eNyakatho Luzwakel' eNingizimu Luzwakel' eMpumalanga Luzwakel' eNtshonalanga Wen' owagqagqel' umuzi weNkosi ngotsheko, Wen' owangen' esizibeni nesi...
↓ Read full praise
Nanzi izithakazelelo zakwethu ESibindi, eGodonga eMsundulomunye, Bengwani, Mtungwa weZembe Mbuduma kaMasoka kaManala, Wen' owasok' Amadod' elibele ethi awuyikusoka, Kant' usoke ngokampeyana. Ncagu ncagu ngokomzimba Kant' uDumo lwakhe lukhulu, Luzwakel' eNyakatho Luzwakel' eNingizimu Luzwakel' eMpumalanga Luzwakel' eNtshonalanga Wen' owagqagqel' umuzi weNkosi ngotsheko, Wen' owangen' esizibeni nesikhuni sivutha Waphinde waphuma naso silokhu sivutha Mthunzi waMakhosi, Wen' owacashisa okaMashobana, mzukwana ebalekeluShaka Kant' uzokhel' amalahl' ekhanda Nkunz'emanxeba nxeba Eyagwaza zonk' kodwa ayaze yaphec'intamo Mathunda kuzalw' amaduna Ezinye zithund' kuzalw' ezinsikazi Zinyane lemvubu elahlonitshwa yiNgwenya Laye layovumbuluka kwaMthwakazi Kodwa eNdubazi naseMgidla beliphika Bethi laloba, ladliwa yingwenya yakwaMatshobana Kanti lisawadla amabele. Ndlondlobala Mdlodlom' omnyama wakwaMnyamana Nethezeka nsika yendlu yakwaNdebele Nab' ugabh' amathaf' oGwembe noNgulukudela Godonga, Sibindi sikaMdali, Msundulomunye, Bengwani, Mntungwa, Manala, kaMusi
↑ Show less
Zulu
👁 0 views
Contributed by Nqobile Sibindi

Join Wakahina to comment and connect with your clan.
Sign in to comment · Create an account