My Family Browse Surnames Sign In Join Free
BrowseN → Ngiba
Ngiba
Ngiba (General)
Zulu
0 followers
Mabhodla, Mlungwana, Mbonambi, Maphalala, Mananga, Mahlaba, Mbuyazi, Mshimshazi, Dlomoshe omnyama owavela kwasoshangane kwabaleka abantu, Madipha, Zikhungwini, Sidlayiya ngendwandwe, mahlafuna ahlanze njengomntwana, Mabhodla maphimise, Khwifa mancinde abanye, Gqibigqaba kwezinde nezimfishane, Mahlaba aluphendule, Mboqoza uzogwaza inyamazane, Mabuya nomuntu abuye nenkunzi, Ndunakazi, Bayede, Wena owadidizisa uZulu wathi bewungapha kanti ungapha, wezwaka ethi Ngiba sathe, Ngiba sathe, akuvumi, wena owabamba impi uhleka, wena ositha kasikho.
Share