Izithakazelo zakwa Bhebhe
The clan names and praises of the Bhebhe family.
Which Bhebhe are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Branch not recorded
NguniMakhedama, Bhebhe, Mhlongo, Soyengwase, Njomane kaMgabhi kaMthendeka, eyaduka iminyakanyaka yatholakala ngowesineUMazalinkosikazi, unini kaShaka kaSenzangakhona, Dlomo weMdl'endeNina bakaSoqubele onjengegundane,Nina baseSiweni, KwaMpuku yakwaMselemusiKwaNongwece webayaZingwazi zempi yakwandunuSihlangu samavaka seswala'ababhemuMakhulemini kaMalandela, Okhulemini abanye bekhula ebusukuUmageza ngobisi, Wena owabhebha umuntu etsheni laze laphuka, ngoba usaba amazoloWena waseLangeni,Nzinda,M'zi'mkhulu,Maziwayinkosi abanye bengaziwa,Mhlongo,Mthekele,Wen'owalala nomunwendunu wavuka wawuncinda wawukhombel'eLangeniNjomane!