Izithakazelo zakwa Sikhosana
The clan names and praises of the Sikhosana family, also known as Tinanatelo taka Sikhosana.
1 Clan under Sikhosana
Sikhosana
NguniSikhosana, Ncama, somboni Msamkhulu, Mahongqa ngenkomo emhlophe qwa. Sovela kasonyathi, wena phakathi wakoNkosi, Msuthu. Mageza ngobisi abafokazana begeza ngamanzi, mathanga amahle afuna ukwenziwa.
Branch not recorded
NguniMusi KaMhlanga.Mhlanga ayihlangani ihlangana ngezithebe.Mhlanga owahlahla uLundi lungena ndlela lwaba zindlela ndlela.Ncama,Msamkhulu,Somboni,Novaphi,Mabena,Mbuyisa,Ntuthwana, gwayimba, zitshe ezinhle zokubolekwa, Mphanda phanda, Nyoni zane mhla kwasha zolalaphi no,Mwelase, Nolinda, Mntungwa