Sikhakhane
Which Sikhakhane are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Branch not recorded
Other
Sikhakhane, Mboma kaMqhele, Mathula Kanaka, Nzimase, sdwaba esinembobo!Wena sango elingezantsi, lapho besa khona imilomo!Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha!Wena kaMboma os'hlahla samila edwaleni!Wena kaSoqhafuza, umlung' odla izinkobe!Wena nyoka eyacaca emthini ingenazinyawo!Inkomo esengelwa emeveni ngoba wayisengela ethungeni, iyalikhahlela!Wena okhishwa ngenoni emgodini!Wena ophatha amakhosi uma esedukuzela!Wena owahlabana ngokwehlula izinyanga nezanuse!wasuka lapho waxhoshiswa ngokaSenzangakhona, ngezinkomo zekhethelo!Wakhushulwa, awabanankosi, ngoba inkosi yakho kunguNodumehlezi kaMenzi!Mboma, wena wase Nkandla!!