Browse Surnames + Add a Surname About Wakahina Sign In Join Free
Nzuza

Which Nzuza are you?

Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.

Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Branch not recorded
Other
Nzuza, Mahlobo, Mshazi,Mazilisa, Debelimdaka, Bomvula. Wena owahlaba iso lesilo ngomuso wahlaba elengonyama. Nzuza Mshazi Nozishada kaMaqhoboza owaqhoboza izinkomo zamadoda, unozigawula kabili kathathu konakale, Umajiya kaDiniZulu kaMsuthu,MudliUmziqomela onjengesilwane, oqomisa abantu amaqambi, Ugebhuza iZulu, umali wendima kanti uyazalela, Umahlungula ngodweni, Usiphuma ngendawana yakhe yedwana, Unyawo lungangendlu yakwabo kwaMasizazana, umgwazi weziqananazana.uManqe adlani ngale kwezintaba na adla abantu ba Nozishada kaMaqhoboza. Untamo kayidinwa yiziqu.Kwaze kwabuza uNdlela umntaka Sompisi wathi "Uzokubamba yiphi ke mfoka Maqhoboza" wathi "Ngiyeya ngibona engathi iNkosi isilethele abafana bodwa angiyiboni ezakungilingana ngibona abafana bodwa". Gebhuza iZulu Nozishada kaMaqhoboza. UNOZISHADA KAMAQHOBOZA IQHAWE LAKWA ZULU ELALIHLABANA NJALO EMPINI LISATSHWA.   for more info: itholakala encwadini ka Prof: Msimang   
Share