My Family Browse Surnames Sign In Join Free
BrowseN → Nyide
Nyide
Nyide (General)
Zulu
0 followers
Bhadela! Hlahlamhlanga kuvel'indlela! Mand'esithebeni njengensonyama! Mathole! Mahulube! Nkom'ezidl'ekhaya ngoba ziswel'abelusi! Nyide omuhle ngezinto zakhe! Novazi! Mudliwezilo! Ndabase!!   Mekukhona onombono noma mekukhona okusalile ningazise ngifake boNdabase,siphakamise isibongo sethu.   Mina ngizalwa ikhehla uNdabakazibuzwa Nyide. ngisuka endaweni emaphakathi ne Bulwer kanye ne Underberg ebizwa nge Qulashe(emahlathini).      
Share