Nyemebezi
1 Clan under Nyemebezi
Nyemebezi (General)
Other
Wena owazalwa noSdaki indodana yase maNkwalini oMkhwanazi, oShamase nina enidabuka ngaphansi kwesizwe sakwa Ndwandwe sika Zwide. uShaka wayesebenzisa lesisizwe kakhulu emva koku nqoba uZwide owayiphinda abe ngumkhulu ka Mzilikiza ngoba uMashobane ekade egane indodakazi yakhe phela uZwide.