Umsunguli wesizwe sakithi sakwaNyandeni uNgonyama, wayezalwa uMashobane Khumalo, kamNtungwa KaMbulazi. Watholakala esenecala-ke uNgonyama (ngathi watholakala ethandana nodadewabo) wabe-ke esexoshwa ngemikhonto eyivika waze wayongena kwelinye lamahlathi elalibizwa ngokuthi kuseNyandeni besaba-ke ukumlandelela phakathi ngoba wayeyingozi kakhulu. futhi nangesikhathi ebaleka evika imikhonto eminye yay...
↓ Read full praise
Umsunguli wesizwe sakithi sakwaNyandeni uNgonyama, wayezalwa uMashobane Khumalo, kamNtungwa KaMbulazi. Watholakala esenecala-ke uNgonyama (ngathi watholakala ethandana nodadewabo) wabe-ke esexoshwa ngemikhonto eyivika waze wayongena kwelinye lamahlathi elalibizwa ngokuthi kuseNyandeni besaba-ke ukumlandelela phakathi ngoba wayeyingozi kakhulu. futhi nangesikhathi ebaleka evika imikhonto eminye yayo wayeyicosha, bamemeza-ke bathi usungowakhona lapho-ke enyandeni, savela lapho-ke. wabe esezala uKhukhuza okuwuyena obizwa ngokuthi unzalabantu, ngoba wuyena-ke uwazala sonke isinyandeni ngokwehlukana kwezindlu. Yingkho singo KHUKHUZA KANGONYAMA KAMASHOBANE! Nyandeni ompofu kaMashobane! Ophuza'manzi ngokuwabona, engawaboni komi! Vumisa kaNgono, msongi wensimbi eyibeke ekhanda khon' amagwal' ezombalekela, Shobane owagaqa ngama dolo aze aphocuka, Khukhuza kaNgonyama, Gasela kaNyandeni kaMntungwa kaMbulazi. Zingwe zimbili ezalwa zabulalana kwantaba Ntshanini ingani zayiphakelwa ndawonye. Mashobane, Ngwadla phangela iziqgala zakolibose. Gasela
↑ Show less
Zulu
👁 0 views
Contributed by Thami Nyandeni

Join Wakahina to comment and connect with your clan.
Sign in to comment · Create an account