Nkosi (zulu)
Which Nkosi (zulu) are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Branch not recorded
Other
Nkosi, Ndlangamandla, Mntungwa, Siwela, mbhulazi, wena wasemandlovini, wena owadlumuntu wamyenga ngendaba, mlotshwa, wena owawela ngenhla ngoba ngezansi wesabi zingwenya, wena kamaqgomasholwane, umlotshwa akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela. Mphazima kalanga, mawandla ngendlela. Nkosi. mybe i have a diffrent View but its directly fom INKOSI yamaNdlangamandla engoje. Inkosi uNkanyamba kaFaku zithi: Nkosi Ndlangamandla nkonyane yenkosi. Wena okaMphazima kaLanga, Wena okaMlotswa kangakanani nasentendeni yesandla Uyenela. Nina bakaLanga libomvu wasemantungweni owadla umuntu emyenga ngandaba, Nina bakaSoyidina odine abezizwe nabezizwana. Mawandla kaNdlovu, Siwela saseMandlovini Ezadla ekhaya ngokweswela abelusi. Nina bephela enasinela inkondlwane nithi ngamasi. Nina bakaBheje EseNgome.