Ngema
1 Clan under Ngema
Ngema (General)
Zulu
NGEMA: Mngadi, Madlokovu, Nene,Sthejwa ,Muji ,wena waseNgweni, ntusi yenkomo. Sabel'uyabizw' eNkonjeni ubizwa abamhlophe , ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini wakamalandela .Goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala, wena wasemfule, sthuli sasengweni esingasho lutho kumuntu, madlokovu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyanela. wena kamanukuza!!!