Tinanatelo taka Ndaba
Ndaba Ndabezitha Mthiyane Mwelase Madela MhlunguWena ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula amasinga asilele imididwa emnyama omalobola mbiza zawo tshani,nina enilobola ngezenqele abanye belobola ngezomquba wena owase MHLUNGWINI....
Zulu
👁 0 views
Contributed by Sfiso
Who were Ndaba Ndabezitha and Mthiyane?
An izithakazelo is a list of ancestors, places and things that happened —
but only the family knows what the names stand for. Nothing is written
down here yet.
Tell the story →
Ndaba Yisongo, Gumede, Vezi, Shwili sakamalindisa, Lwandle aluwelwa, liwelwa izinkonjane,zona eziphapha phezulu, bathi bayayivuma bayivuma ngonyezi, nina abakwamqabula'nkungu kuvele ilanga eliphezulu,nina abakwamhlamazane omuhle nenhlokwana yakhe,nina abakwalihwaqana abadla amahhashi abelungu. NDABA
Swati
👁 0 views
Contributed by Sphiwe Ndaba
Who were Ndaba and Yisongo?
An izithakazelo is a list of ancestors, places and things that happened —
but only the family knows what the names stand for. Nothing is written
down here yet.
Tell the story →
Ndaba, Yisongo, Gumede, Vezi, shwili sika Malandisa. Lwandle aluwelwa, liwelwa zinkonjane ngoba zona ziphapha phezulu. Bathi bayayi vuma, beyivuma ngo nyezi. Nina bakwa Mhlamazane omuhle nenhlokwane yakhe, Nina abakwa nkasa eyakhasa phantsi okwe skhonyane, nina ena bhoboza olwandle olungena ndlena, nina abakwa lihwaqana enadla amahhashi abelungu, nina abakwa mnqamula nkungu kuvel’ langa. Nina enaphuza amanzi anduba ukwela umtaka Jama, ewaphuza ewageza elibhekisa kwela kithi ka Zulu, Ndaba.
Swati
👁 0 views
Contributed by Mandla Ndaba
Who were Ndaba and Yisongo?
An izithakazelo is a list of ancestors, places and things that happened —
but only the family knows what the names stand for. Nothing is written
down here yet.
Tell the story →
Ndaba Clan Name Ndaba, Yisongo, Gumede, Madela, wena lwandle aluwelwa, luwelwa yizinkonjane eziphapha phezulu.
Swati
👁 0 views
Contributed by Nokwazi NDABA
Who were Ndaba and Clan?
An izithakazelo is a list of ancestors, places and things that happened —
but only the family knows what the names stand for. Nothing is written
down here yet.
Tell the story →
IZITHAKAZELO ZAKWANDABA Ndaba, Yisongo, Gumede,Vezi, Lwandle aluwelwa luwelwa izinkonjane, zona eziphaphaphezulu, Bathi bayayivuma bayivuma ngonyezi, koqhayishashi,nina abakwamhlamazane omuhle nenhlokwana yakhe, Nina abakwantwalazingubo,nina abakwa Nkasa eyakhasa phansi kuhle kwesikhonyane, nina enahamba enkundleni kwanuka usi, abakwamathumbenkundleni, nina abakwamqabula nkungu kuvelilanga eliphez...
↓ Read full praise
IZITHAKAZELO ZAKWANDABA Ndaba, Yisongo, Gumede,Vezi, Lwandle aluwelwa luwelwa izinkonjane, zona eziphaphaphezulu, Bathi bayayivuma bayivuma ngonyezi, koqhayishashi,nina abakwamhlamazane omuhle nenhlokwana yakhe, Nina abakwantwalazingubo,nina abakwa Nkasa eyakhasa phansi kuhle kwesikhonyane, nina enahamba enkundleni kwanuka usi, abakwamathumbenkundleni, nina abakwamqabula nkungu kuvelilanga eliphezulu, wena kamsalikazi kasali, wena kabhubhisa amaqhalaqhala, wena kampilatsheni, nina bakwagobodumuntu ngenduku, nina abakwagwazi sabakhalawe,Nina abadlangalakusonta liyakuphela mtshambili, Nina abaqala ngejibhidi khani niyebantwini, umdini, bamthathile abakwaphikela bedliwa umona, wena shoba lensakansaka, nina abakwalihwaqana abadla amahhashi abelungu, Nina enaphuza umfula wasobivane nasempevane, nina enabhoboza ulwandle andukuba umtakaJama aphume ebheke kwelakithi kwaZulu. Nina enadabuka ebucangusi. Ndaba....Yisongo...Gumede...Vezi...Lwandle By: Sphiwe Ndaba(071 146 4737)
↑ Show less
Swati
👁 0 views
Contributed by Sphiwe Ndaba
Who were IZITHAKAZELO and ZAKWANDABA?
An izithakazelo is a list of ancestors, places and things that happened —
but only the family knows what the names stand for. Nothing is written
down here yet.
Tell the story →
Which Ndaba are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is
shared across borders and languages — it's the clan that carries the
region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele.
If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Join Wakahina to comment and connect with your clan.
Sign in to comment · Create an account