My Family Browse Surnames Sign In Join Free
Myeni (General)
Myeni
Zulu
0
Followers
0
Members
3
Praises
Share
Myeni mnguni wena wase Ningizimu wena owawela iMfolozi neMfolozane Wena owawela uMkuze neNkunzana wena omabelemade ungancelisa ingane ngaphesheya komfula wena kaMdolomba ongengakanani nasentendeni yomkhonto ungahlala. Mnguni malambe,ingwenya ayidli enye ingwenya, ithi ingadla enye ingwenya isuke isilambile. AbakwaMyeni abayidli Insingizi ngoba yabathusa ngaseMhosinga bengayazi lenyoni. uthi isilwane owabhala ngozipho abanye bebhala ngempenseli Izindlu zakwaMyeni uNsinde no Mdolomba.
Zulu 👁 0 views Contributed by Sfiso
Mnguni waseningizimu, Phambaphamba likadududu elaphamb' umankwili ezinyaweni, wena owawela imfolozi nemfolozane wathi ungaphesheya wachatheku ugwayi wabhema.
Tsonga 👁 0 views Contributed by Charles Myeni
Mnguni , malambe , ngwenyamlambo ,wena waseningizimu ,mdolomba
Swati 👁 0 views Contributed by sipho myeni
0 members have declared Myeni (General) as their clan on Wakahina. Are you one of them?
Join & declare your clan
No comments yet — be the first to share what you know about this clan.

Join Wakahina to comment and connect with your clan.

Sign in to comment · Create an account