Mxakaza
1 Clan under Mxakaza
Mxakaza (General)
Other
Mxakaza, Mashiya amahle anjenge wenyamazana ngajuza mbane wezulu mbabala, imbabala kamashiya nodlomo abayigweba igijima, guqa bathokoze. unama namana imvudlana zohlobo. wanamana wena zithukutha, indevu ezamila ebubini ngenxa yokuswela indawo, wena owazingisa kwaze kwa xakatheka nezintombi, kwaze kwathiwa umzingisi akanashwa. wathokozisa ngemfusi eyathi eyalwa yaqokozisa yaze yaguya isithi umhlaba ngowabo, ntinga wena Mxakaza ngoba ubaphethe