My Family Browse Surnames Sign In Join Free
BrowseM → Mvuyane
Mvuyane
Mvuyane (General)
Other
0 followers
  Cele! Magaye! Nina enabuya emfuleni niyogeza nabuya nesila! Ndlanzi! Khumbuza! Vico kaDubandlela! Magaye ka Dubandlela! Mande!!!   Abantu bakwaMvuyane bazinze laphaya endaweni yaseMzumbe. Labantu bafika noMande besuka endaweni yaseMandeni bexoshwa ibutho lika Shaka! Insizwa eyodwa yakwaCele babeyibiza ngoMvuyana(e) ngoba kwakuthi njalo uma ushaya isgubhu sayo livane likhemezele izulu. Singazi-ke noma kwaku ukuqondana kwezinto lokhu noma yayinekhono elithiza elingaqondeki. Uzalo laleyo nsizwa kwasekuba abakwaMvuyana.
Share