Mthethwa
Which Mthethwa are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Branch not recorded
Zulu
Dingiswayo,Jobe, Nyambose, Magabadela wena lowagabadela sive sakaBulawayo, Godozi elimnyama, Magaga onsibansiba, Mfolozi Emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela, nina bakaNhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu, wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale -------, thulisa kuyozwakala,nkonyane yenkosi, hlangalezwe, Nina baka Xaba kamaDangu, kaNkomo enenekazi, izothandana nayiphi na? Izothandana neyakithi Eyengweni, Khubaze, Jobe kaKhali, maGezangelubisi lwenhlunu abanye begeza ngamanzi, Amabekankosi, Nzimezimnyama, Nina bakaGeza kaJakada, Maphoswa kubusa, Nina basezansi, Mazila Mbolwane.