My Family Browse Surnames Sign In Join Free
BrowseM → Mngoma
Mngoma
Mngoma (General)
Other
0 followers
Cenge lihle elintamonde ingaba mfisha yeza nonina, wena kaCenge odlela emcengezini, makhiwane,Bhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela, Khongisa, Dodoza, uMadlela kaBozini. UMashiya mahle angathi azoshumayela kungeyena uNgcobo, Khala lembube elikhanyis' ezintabeni zoKhahlamba, Mageba zitha, wena wakwa zithimbili wakwa ma qoqo,amalala alala nomunwe emuva avuke ancinde akhombe iZulu kufiphal' ilanga. Babuz'abakhunkululi bathi ubhula ngani abanye babhula ngamathambo, ukholokholo isibongo esingabongwa abaLandakazane
Share