Mjiyakho
1 Clan under Mjiyakho
Mjiyakho (General)
Zulu
Mthiyane, Nina bakaNkokha oMjijibane, Nkomnophondo, Ndaba, Siwela, Qandela kaNongalo. Nina eniwela ngezihlangu zomfula. Nina enashaya intombi khabo nina kwamemeza umkhulu ezansi le. Loyo ukhokho ozala omkhulu. Nina enibhala ngempensela abanye bebhala ngozipho