Mashinini
1 Clan under Mashinini
Mashinini (General)
Zulu
Libembe, Ntozimandla, Makhakhamelane, wena owakhakhamela imvula nelanga, wahamba ludunduluzi ngaphandle kwengubo, wahlekwa zingwe nezingwenyama, wena owaxosha uNtasane udadewenu wathi akanamhlehla kanti umhlehl' ulibhabhakazi, wena ovala ngamakhand' amadoda emnyango, wena wamathang abomvu kuhle kwentombi ibuy' esokeni, Sthuthamagade....,Guliwe .NTHIZIYO EZISHUMI