Izithakazelo zakwa Made
The clan names and praises of the Made family.
Which Made are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Branch not recorded
OtherNgalondeZimbaMkhandela kaNdabakaNdaba ka MaphangaNgalonde Mkhandela kaNdabaUNdab'ehlasela ngezigaba zamabele,Abanye behlasela ngezikaNyawothi.Wena womdidi wesigubuduWena kaMpos'enkuluWena kaZimase kaNdaba.Wena kaMangena ngezitho,Abanye bengena ngomcond'ekhaya.Wena oqala ngezinja kand'eyebantwiningokuphikelelaWena kaZimba elawela endleleni lacoshwangabazondeleli,Wena kaMasinga asilele njengomthakathi,Wena owadla izinkomo zaseNgoje zagojeleka.Nina bakwasilwane nkunz'embiliEnye yahlinzwa, enye yabola,Wena kamanakanaka,Wena kankuzi zimuka,zimuka zonkana,EzasoNdini nezasoThukela.Abakwasizila amasi bey' empiniAbangaliwel'udonga bengalibukangaAbakwaLuvemvane olumanapha,AbakwaMkhandela wakhandela izinyawo zamadoda.Abakwa mkhonto kaZimbaOwaduma ilanga libaleleAbakwafud' olungezwa ukufudumalaZimase kaNdabaNgalonde