Luphalule
Which Luphalule are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Branch not recorded
Zulu
Mthimkhulu, Bhungane kaNsele, Zikode, Gob’izembe, Bhong’onekhala Makhulukhulu, Mpangazitha, Sothondoshe Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba, Bathi uBhungane uyaphalaza, Umanyele ncenceni Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane, Mafuz'afulele njengelifu lemvula, S'goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi siyamujamela, Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela, Ingab’emhlabeni zesabani? Nina enindlebe zikhanya ilanga, Nina enindlebe zinhle zombili, Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde luyakhothama, Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele, Mahlubi amahle, Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana, Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo, Ngelengele!