Izithakazelo zakwa Lembede
The clan names and praises of the Lembede family.
Which Lembede are you?
Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.
Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.
Contributions not yet placed on a branch
Branch not recorded
NguniLembede,Ndima,Bayeni Sibhuzi Esimqala, Qomisa Ngithele Ungipheke Encumbeni Nina Bakasipholopholwane Ukudla Kwenu Kuhle kunje ngo Bandla Khulu Gida Kahle Gida Mnewethu ---------------------HISTORY ------------------------- Ngokudabuka Sidabuka eMachunwini (eMsinga Embangweni).Izihlobo zami o-Majola,Mchunu (Macingwane),Umchunu wayenamadodana amathathu lawa alandelayo 1.Umacingwane(Wayeyivila kodwa eyinkosana), 2.Umajola(Wayenochuku efuna ubukhosi kumaCingwane), 3. Ulembede(Wayelime kakhulu): Ukhokho wami uMagqamuza Egwele Umajekeza Kanina wayeyinkosi yase Machunwini eyayivele ihlabe nje kungonakele lutho and Ulembede uwukhokho wokhokho owabulawa uShaka emgwaza ngomkhonto esesuthi inyama yakhe eqeda ukubusiswa uLembede and ukumbulala kwakhe uShaka wenza sengathi uyagiya kanti ufuna ukumjuma ngoba wayemsaba kakhulu ingakho ke uzwa kuthiwa Ushaka ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha ingoba wathi mayeqeda ukugwaza uLembede wase eyameqa kwabaleka abantu.
Where else Lembede appears
Named in another family's praise
Ndima
ndima,mchunu,lembede,bayeni,nyanda yomkhonto,ngonyama eyasala ebuzini zabadla abanye,mngun…