My Family Browse Surnames Sign In Join Free
BrowseK → Khanyile
Khanyile
Khanyile (General)
Other
0 followers
Sothole, s'tshopo, othi udli nkomo kanti udl'impisi, umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona, odl' isinkwa esknothotho, mahamba kancane Sogodi, Ngwane, phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda, shalashala elihle elithukuvuma ukulandula, ntunjwa kaLanga;Mthiyane; Ndwandwe;Zikode, mabhuqa ,  Ngwane, uLanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina, inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa (Skhuthazo Khanyile) 
Share