0 followers
Gubese mtshahe hlindla yewa kanonyama mgwaqaza emetshaheni ubuye nempande, impande yokuphilisa mkhumbe makhathini uXulu Gxabhashe wena malanga amabili cashalala. owagiya ngomkhono wenyamazane. wadela ubukhosi ngenxa yokozingela. jangeni..