Browse Surnames + Add a Surname About Wakahina Sign In Join Free

Izithakazelo zakwa Cele

The clan names and praises of the Cele family.

Which Cele are you?

Nobody has recorded the branches of this family yet. A surname is shared across borders and languages — it's the clan that carries the region and the lineage. Mntimandze. Mabhengeta. Cele. If you know yours, you would be the first to put it on record.

Name your clan →
Partial is fine. Someone else can add the rest.

Branch not recorded

Nguni
Ndosi. Magaye, Khumbuza, Nkomisengw'ilele ngoba mayimil 'iyakhahlela! Vico akagezanga wabuya nensil 'emfuleni'.Dubandlela. Mkhokheleli kaLanga, kaZwana, kaSodi, kaNqumela, kaNyambane, Mande, Nj'emathambothambo engachemi nezitha, Xamu odla umsingizane, Squng' esihle esizalela amasakabuli,Sthol 'esihl'esimdludlukazi, Sqandu uyavuvula (oCele banolaka futhi bakhuluma amazwi ahlabayo), Zibula, Mbutho, Xabhashi, Manzolwandle. Cilo owahlala emhlangeni qede umhlanga wathoba. Ekulandeleni umlando, ONdosi yibo phela abaluleka iLembe ukuthi inkomo (intombi) mayisengwe (mayeshelwe) ilele (ithobile). Lokhu kusho ukuthi izintombi zakwaCele zinolaka ngakho kufanele ube namasu okuyithobisa uma uyeshela. UVico ubuya nensila emfuleni nje, ingoba phela oCele babegeza ngobisi abafokazana begeza ngamanzi.Abatheng'u twayi ngembuzi bathi kumnandi ukwenwaya ndosi.THIS IS HOW I KNOW IZITHAKAZELO ZAMI: Ndosi, Nombedu, Khumbuza, Komo kayivuswa, nkom’isengwa ilele.,wayisenga imile iyakhahlela. Squnga esihle esingahlalwa nyoni, siqunga esizalela amasakabuli. Mkhokheli owakhokhela isizwe ekugqilazweni, Dubandlela, Vico akagezanga, Obuya nesil’emfuleni ngob’ethembu ukugeza ngobisi, Mageye  Magaye ongangolwandle 
Share